Ngiyilungisa kanjani iphrofayela lami?

Khetha 'Iphrofayela Lami' ngokucofa isithombe somsebenzisi ekhoneni eliphezulu kwesokudla bese ukhetha lapho kuthi 'lungisa'.

Ungashintsha isithombe sakho sephrofayela noma ukhethe ukuveza/ukufihla unyaka wakho wokuzalwa kusuka lapha. Izindawo okufanele ziphendulwe zimakwe ngenkanyezi encane (*) futhi ziyadingeka ukuze sikwazi ukuveza imininingwane efanele kwi-App.